Zakheleni imizi yabantwana benu nezibaya zezimvu zenu; wenze okuphuma emlonyeni wakho.
UNumeri 32:25 - Contemporary Zulu Bible 2024 Abantwana bakwaGadi nabantwana bakwaRubeni bakhuluma kuMose, bathi: “Izinceku zakho ziyakwenza njengokuyala kwenkosi yami.” IBHAYIBHELI ELINGCWELE Abantwana bakwaGadi nabantwana bakwaRubeni bakhuluma kuMose, bathi: “Izinceku zakho ziyakwenza njengalokhu inkosi yami iyala. IsiZulu 2020 Abozalo lukaGadi nabolukaRubeni bakhuluma kuMose, bathi: “Izinceku zakho ziyokwenza njengalokhu inkosi yami iyala. |
Zakheleni imizi yabantwana benu nezibaya zezimvu zenu; wenze okuphuma emlonyeni wakho.
Abantwana bethu, labesifazana bethu, lemihlambi yethu lemfuyo yethu yonke kuzakuba lapho emadolobheni akoGileyadi.
Bamphendula uJoshuwa, bathi: “Konke osiyala ngakho siyakukwenza; futhi nomaphi lapho usithumela khona, sizoya.