Niyakuwela iJordani nonke nihlomile phambi kukaJehova, ize ixoshe izitha zayo phambi kwayo;
UNumeri 32:20 - Contemporary Zulu Bible 2024 UMose wathi kubo: “Uma nithanda ukwenza lokho, uma niphuma nihlomile phambi kukaJehova ukulwa impi, IBHAYIBHELI ELINGCWELE UMose wayesethi kubo: “Uma nenza lokhu, uma nihloma ukuba nihambe phambi kukaJehova, niphume impi, IsiZulu 2020 UMose wayesethi kubo: “Uma senizokwenza lokhu, nihlome, nihambe phambi kukaSimakade, niyokulwa, |
Niyakuwela iJordani nonke nihlomile phambi kukaJehova, ize ixoshe izitha zayo phambi kwayo;
UJoshuwa wakhuluma kwabakwaRubeni, nabakwaGadi, nenxenye yesizwe sakwaManase, wathi:
Abantwana bakwaRubeni nabantwana bakwaGadi nengxenye yesizwe sakwaManase babuya basuka kubantwana bakwa-Israyeli eShilo elisezweni laseKhanani ukuya ezweni lakwaGileyadi ezweni eliyifa labo adliwa njengefa njengezwi likaJehova ngesandla sikaMose.