Futhi abantu abayizinkulungwane eziyishumi nesithupha;
nabantu abayizinkulungwane eziyishumi nesithupha
abantu beyizi-16 000.
izimbongolo eziyizinkulungwane ezingamashumi amathathu namakhulu amahlanu,
Enxenyeni yabantwana bakwa-Israyeli uMose wathatha enye emashumini ayisihlanu, kubantu nasezilwaneni, wayinika amaLevi agcina inkonzo yetende likaJehova; njengalokho uJehova emyalile uMose.