UNumeri 31:40 - Contemporary Zulu Bible 2024 Abantu babe yizinkulungwane eziyishumi nesithupha; kuzo intela kaJehova yayingabantu abangamashumi amathathu nambili. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Abantu babe yizinkulungwane eziyishumi nesithupha, intela kaJehova kubo ingamashumi amathathu nambili. IsiZulu 2020 Abantu baba yizi-16 000, intela kaSimakade kungabantu abangama-32. |
Izimbongolo yizinkulungwane ezingamashumi amathathu namakhulu amahlanu; kuzo intela kaJehova yayingamashumi ayisithupha nanye.
UMose wayinika u-Eleyazare umpristi intela, eyayingumnikelo weNkosi, njengalokho uJehova emyalile uMose.