Amakhosi ebutho abaleka masinyane, nenkosikazi eyayisele ekhaya yahlukanisa impango.
UNumeri 31:27 - Contemporary Zulu Bible 2024 Futhi uhlukanise impango izingxenye ezimbili; phakathi kwalabo abaphuma impi, phakathi kwebandla lonke. IBHAYIBHELI ELINGCWELE wena wahlukanisele impango kabili phakathi kwamadoda empi aya ekulweni nenhlangano yonke, IsiZulu 2020 Yehlukanise kabili impango, phakathi kwamabutho abeye empini nenhlangano yonke. |
Amakhosi ebutho abaleka masinyane, nenkosikazi eyayisele ekhaya yahlukanisa impango.
Noma ulala phakathi kwezimbiza, uyakuba njengamaphiko ejuba ambozwe ngesiliva nezimpaphe zalo ngegolide eliphuzi.
Bala inani lempango eyathunjwayo, eyabantu neyezilwane, wena no-Eleyazare umpristi nezinhloko zomndeni wenhlangano.
Wakhuluma kubo, wathi: “Buyelani ematendeni enu nengcebo eningi, nemfuyo eningi, nesiliva, negolide, nethusi, nensimbi, nezingubo eziningi; hlukaniselani abafowenu impango yezitha zenu.
UDavide namadoda ayenaye baphakamisa amazwi abo, bakhala, baze bangabe besaba namandla okukhala.