Bonke ababalwayo bamaLevi uMose no-Aroni abababalayo ngokomyalo weNkosi ngezizukulwane zabo, bonke abesilisa kusukela kwabanenyanga kuya phezulu babe yizinkulungwane ezingamashumi amabili nambili.
UNumeri 3:43 - Contemporary Zulu Bible 2024 Onke amazibulo esilisa ngenani lamagama, kusukela kwabanenyanga kuya phezulu, ababalwayo kubo, ayeyizinkulungwane ezingamashumi amabili nambili namakhulu amabili namashumi ayisithupha nantathu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Onke amazibulo esilisa njengokomumo wamagama kusukela kwabanenyanga kuya phezulu alabo ababalwayo kubo ayeyizinkulungwane ezingamashumi amabili nambili namakhulu amabili namashumi ayisikhombisa nantathu. IsiZulu 2020 Wonke amazibulo awabalayo kusukela kwabanenyanga kuya phezulu, ayeyizi-22 273. |
Bonke ababalwayo bamaLevi uMose no-Aroni abababalayo ngokomyalo weNkosi ngezizukulwane zabo, bonke abesilisa kusukela kwabanenyanga kuya phezulu babe yizinkulungwane ezingamashumi amabili nambili.
UMose wabala onke amazibulo phakathi kwabantwana bakwa-Israyeli, njengalokho uJehova emyalile.