ababalwayo kubo besizwe sakwaRubeni, baba ngamashumi amane anesithandathu amawaka, anamakhulu mahlanu.
UNumeri 3:34 - Contemporary Zulu Bible 2024 Labo ababalwayo ngenani labo bonke abesilisa kusukela kwabanenyanga kuya phezulu babe yizinkulungwane eziyisithupha namakhulu amabili. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Labo ababalwayo kubo njengokomumo wabesilisa bonke kusukela kwabanenyanga kuya phezulu babe yizinkulungwane eziyisithupha namakhulu amabili. IsiZulu 2020 Inani labo bonke abesilisa ababalwa, kusukela konenyanga kuya phezulu, babeyizi-6 200. |
ababalwayo kubo besizwe sakwaRubeni, baba ngamashumi amane anesithandathu amawaka, anamakhulu mahlanu.
Ibandla lakhe nalabo ababalwayo kubo babe yizinkulungwane ezingamashumi amane nesithupha namakhulu amahlanu.
Bonke ke ababalelwa eminqubeni yakwaJuda yizinkulungwane eziyikhulu namashumi ayisishiyagalombili nesithupha namakhulu amane ngamabandla abo. Lokhu kuzochazwa kuqala.
KwaMerari kwavela umndeni wakwaMagili nomndeni wamaMushi; lezi ziyizizukulwane zikaMerari.
Isikhulu sendlu kayise wemindeni yakwaMerari sasinguSuriyeli indodana ka-Abihayili; kumelwe bakanise ohlangothini lwetabernakele, olubheke enyakatho.