UNumeri 3:33 - Contemporary Zulu Bible 2024 KwaMerari kwavela umndeni wakwaMagili nomndeni wamaMushi; lezi ziyizizukulwane zikaMerari. IBHAYIBHELI ELINGCWELE KwaMerari kwavela umndeni wamaMaheli nomndeni wamaMushi; yileyo eyimindeni yamaMerari. IsiZulu 2020 KuMerari kwavela le mindeni: okaMaheli nokaMushi. Lena kwakuyimindeni kaMerari. |
Nansi imindeni yamaLevi: ngumndeni wakwaLibini, nomndeni wakwaHebroni, nomndeni wakwaMagili, nomndeni wakwaMushi, nomndeni wakwaKora. UKohati wazala u-Amramu;
Amadodana kaMerari ngemindeni yawo; UMahli noMusi. Lezi ziyizizukulwane zamaLevi ngemindeni yawo.
U-Eleyazare, indodana ka-Aroni umpristi, kumelwe abe induna yezikhulu zamaLevi, aqondise labo abagcina inkonzo yendlu engcwele.
Labo ababalwayo ngenani labo bonke abesilisa kusukela kwabanenyanga kuya phezulu babe yizinkulungwane eziyisithupha namakhulu amabili.
Ngokuqondene namadodana kaMerari, kumelwe niwabale ngezizukulwane zawo ngemindeni yawo;