Kodwa amaLevi ayakumisa nxazonke zetabernakele lobufakazi, funa kufike ulaka phezu kwenhlangano yabantwana bakwa-Israyeli; amaLevi ayakugcina inkonzo yetende lobufakazi.
UNumeri 3:29 - Contemporary Zulu Bible 2024 Imindeni yamadodana kaKohati iyakumisa eceleni kwetabernakele ngaseningizimu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Imindeni yamadodana kaKohati iyakumisa eceleni kwetabernakele* ngaseningizimu. IsiZulu 2020 Imindeni yabozalo lwabakwaKhohathi iyakukanisa ohlangothini oluseningizimu lwethabanakeli. |
Kodwa amaLevi ayakumisa nxazonke zetabernakele lobufakazi, funa kufike ulaka phezu kwenhlangano yabantwana bakwa-Israyeli; amaLevi ayakugcina inkonzo yetende lobufakazi.
Ibhanela lekamu likaRubeni liyakuba ngaseningizimu ngamabandla abo; isikhulu sabantwana bakwaRubeni siyakuba ngu-Elisuri indodana kaSedewuri.
Imindeni yamaGereshoni kumelwe ikanise ngemva kwetabernakele ngasentshonalanga.
Ngokwenani labo bonke abesilisa kusukela kwabanenyanga kuya phezulu babe yizinkulungwane eziyisishiyagalombili namakhulu ayisithupha ababegcina inkonzo yendlu engcwele.
Isikhulu sendlu kayise wemindeni yamaKohati siyakuba ngu-Elishafani indodana ka-Uziyeli.