Kumelwe aphume aye e-altare eliphambi kukaJehova, alenze isihlawulelo; uthathe igazi lenkunzi nasegazini lempongo, ulisakaze ezimpondweni ze-altare.
UNumeri 28:22 - Contemporary Zulu Bible 2024 Nembuzi eyodwa ibe ngumnikelo wesono wokunenzela ukubuyisana. IBHAYIBHELI ELINGCWELE nempongo ibe nye, ibe ngumnikelo wesono, ukunenzela ukubuyisana; IsiZulu 2020 nempongo ibe ngumnikelo wesono, ukunenzela ukubuyisana. |
Kumelwe aphume aye e-altare eliphambi kukaJehova, alenze isihlawulelo; uthathe igazi lenkunzi nasegazini lempongo, ulisakaze ezimpondweni ze-altare.
Kumelwe unikele okweshumi okuyingcosana ngewundlu ngalinye, ngamawundlu ayisikhombisa.
Ngoba lokho umthetho owawungekwenze, ngoba ubuthakathaka ngenyama, uNkulunkulu ethuma eyakhe iNdodana ifana lenyama elesono, njalo ngenxa yesono, walahla isono enyameni;
Kodwa kwathi ukuphelela kwesikhathi sekufikile, uNkulunkulu wathuma iNdodana yakhe, eyazalwa ngowesifazana, yazalwa ngaphansi komthetho.