UJehova wakhuluma kuMose, wathi:
USimakade wakhuluma kuMose, wathi:
UMozisi waseletha udaba lwabo phambi kweNkosi.
Amadodakazi kaSelofehadi akhulume kahle: Kufanele uwanike ifa phakathi kwabafowabo bakayise; futhi kumelwe uvumele ifa likayise lidlulele kubo.
Akakho umJuda namGreki, akakho oboshiweyo nokhululekileyo, akakho owesilisa nowesifazane, ngokuba nina nonke nimunye kuKristu Jesu.