Kumelwe ubeke udumo lwakho phezu kwakhe, ukuze yonke inhlangano yabantwana bakwa-Israyeli ilalele.
UNumeri 27:19 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ummise phambi kuka-Eleyazare umpristi naphambi kwebandla lonke; wamyala emehlweni abo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE ummise ngaphambi kuka-Eleyazare umpristi naphambi kwayo yonke inhlangano, umnike isikhundla emehlweni abo. IsiZulu 2020 ummise phambi kuka-Eleyazare, umphristi, naphambi kwenhlangano yonke, umgunyaze phambi kwayo ibuka. |
Kumelwe ubeke udumo lwakho phezu kwakhe, ukuze yonke inhlangano yabantwana bakwa-Israyeli ilalele.
Kodwa yala uJoshuwa, umkhuthaze, umqinise, ngoba yena uzachapha phambi kwalababantu, njalo uzabenza balidle ilifa lelizwe ozalibona.
Wayala uJoshuwa, indodana kaNuni, wathi: “Qina, uqine, ngokuba uyakubangenisa abantwana bakwa-Israyeli ezweni engabathembisa lona ngesifungo, mina ngiyakuba nawe.”
UJehova uNkulunkulu wakho nguyena oyakuwela phambi kwakho, achithe lezi zizwe phambi kwakho, uzidle; uJoshuwa yena uyakuphuma phambi kwenu, njengalokho eshilo uJehova.
Ngiyakuyala phambi kukaNkulunkulu, neNkosi uJesu Kristu, nezingelosi ezikhethiweyo, ukuba uzigcine lezo zinto ngaphandle kokukhetha kuqala, ungenzi lutho ngokukhetha abantu.