UNumeri 26:48 - Contemporary Zulu Bible 2024 Amadodana kaNafetali ngemindeni yawo: kwaJagizeli: ngumndeni wakwaJagiseli; kwaGuni: ngumndeni wakwaGuni; IBHAYIBHELI ELINGCWELE Amadodana kaNafetali ngemindeni yawo: kwaJaseli: ngumndeni wakwaJaseli; kwaGuni: ngumndeni wakwaGuni; IsiZulu 2020 Abozalo lukaNafethali ngemindeni yabo yilaba: kuJazeli: ngumndeni wabakwaJazeli; kuGuni: ngumndeni wabakwaGuni; |
Amadodana kaNafetali; uJagiyeli, noGuni, noJezeri, noShalumi, amadodana kaBiliha.
Kubantwana bakwaNafetali ngemindeni yabo ngezizukulwane zabo ngemindeni yabo ngokwenani lamagama, kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu, bonke abangaphuma;