Amadodana ka-Asheri: UJimna, noJisuwa, noIshivi, noBeriya, noSeraki, udadewabo; namadodana kaBeriya; uHebere noMalikiyeli.
UNumeri 26:46 - Contemporary Zulu Bible 2024 Igama lendodakazi ka-Asheri lalinguSara. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Igama lendodakazi ka-Asheri lalinguSera. IsiZulu 2020 Igama lendodakazi ka-Asheri nguSera. |
Amadodana ka-Asheri: UJimna, noJisuwa, noIshivi, noBeriya, noSeraki, udadewabo; namadodana kaBeriya; uHebere noMalikiyeli.
Kumadodana kaBeriya: kwaHebhere: ngumndeni wakwaHebhere; kwaMalikiyeli: ngumndeni wakwaMalikiyeli.
Lezi ziyizizukulwane zamadodana ka-Asheri ngokwababalwayo; ababeyizinkulungwane ezingamashumi amahlanu nantathu namakhulu amane.