Lawa angamadodana kaDani ngemindeni yawo: kwaShuhamu: ngumndeni wakwaShuhamu. Lena kwakuyimindeni yakwaDani ngemindeni yayo.
UNumeri 26:43 - Contemporary Zulu Bible 2024 Yonke imindeni yamaShuhamu ngokwababalwayo kubo yayiyizinkulungwane ezingamashumi ayisithupha nane namakhulu amane. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Yonke imindeni yabakwaShuhamu ngokwababalwayo kubo yayiyizinkulungwane ezingamashumi ayisithupha nane namakhulu amane. IsiZulu 2020 Bonke ababeyimindeni yabakwaShuhamu ababalwayo babeyizi-64 400. |
Lawa angamadodana kaDani ngemindeni yawo: kwaShuhamu: ngumndeni wakwaShuhamu. Lena kwakuyimindeni yakwaDani ngemindeni yayo.