UNumeri 26:42 - Contemporary Zulu Bible 2024 Lawa angamadodana kaDani ngemindeni yawo: kwaShuhamu: ngumndeni wakwaShuhamu. Lena kwakuyimindeni yakwaDani ngemindeni yayo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Lawa angamadodana kaDani ngemindeni yawo: kwaShuhamu: ngumndeni wakwaShuhamu. Yileyo eyimindeni kaDani ngemindeni yayo. IsiZulu 2020 Abozalo lukaDani ngemindeni yabo yilaba: kuShuhamu: ngumndeni wabakwaShuhamu. Yileyo-ke imindeni kaDani. |
Kubantwana bakwaDani ngemindeni yabo ngezizukulwane zabo ngezindlu zawoyise ngokwenani lamagama, kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu, bonke abangaphuma;
Ngabo abo oonyana bakaBhenjamin ngokwemizalwane yabo, ababalwayo kubo ngamashumi omane anamahlanu amawaka, anamakhulu mathandathu.
Yonke imindeni yamaShuhamu ngokwababalwayo kubo yayiyizinkulungwane ezingamashumi ayisithupha nane namakhulu amane.