UNumeri 26:37 - Contemporary Zulu Bible 2024 Lezi ziyizizukulwane zabantwana bakwa-Efrayimi ngokwababalwayo kubo, izinkulungwane ezingamashumi amathathu nambili namakhulu amahlanu. Lawa angamadodana kaJosefa ngezizukulwane zawo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Yileyo eyimindeni yamadodana ka-Efrayimi ngokwababalwayo kubo, izinkulungwane ezingamashumi amathathu nambili namakhulu ayisihlanu. Lawo angamadodana kaJosefa ngemindeni yawo. IsiZulu 2020 Yileyo-ke imindeni yabozalo luka-Efrayimi, ababalwayo babeyizi-32 500. Lebo kwakungabozalo lukaJosefa ngemindeni yabo. |
Amadodana kaBhenjamini ngemindeni yawo: kwaBhela: ngumndeni wakwaBela; kwa-Asbeli umndeni wakwa-Asbeli; kwa-Ahiramu: ngumndeni wakwa-Ahiramu;