Amadodana ka-Efrayimi; noSutela, noBeredi indodana yakhe, noThahati indodana yakhe, no-Elada indodana yakhe, noThahati indodana yakhe.
UNumeri 26:36 - Contemporary Zulu Bible 2024 Lawa angamadodana kaShutela: kwa-Eran: ngumndeni wakwa-Erani. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Lawa angamadodana kaShuthela: kwa-Eranu: ngumndeni wakwa-Eranu. IsiZulu 2020 Abozalo lukaShuthela yilaba: ku-Eranu: ngumndeni wabakwa-Eranu. |
Amadodana ka-Efrayimi; noSutela, noBeredi indodana yakhe, noThahati indodana yakhe, no-Elada indodana yakhe, noThahati indodana yakhe.
Lawa angamadodana ka-Efrayimi ngemindeni yawo: kwaSutela: ngumndeni wakwaSutela; kwaBegeri umndeni wakwaBhakri; kwaThahani: ngumndeni wakwaThahani.
Lezi ziyizizukulwane zabantwana bakwa-Efrayimi ngokwababalwayo kubo, izinkulungwane ezingamashumi amathathu nambili namakhulu amahlanu. Lawa angamadodana kaJosefa ngezizukulwane zawo.