Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UNumeri 26:29 - Contemporary Zulu Bible 2024

Kumadodana kaManase: kwaMagire: ngumndeni wakwaMagiri; uMagire wazala uGileyadi; kwaGileyadi kwaphuma isizukulwane sakwaGileyadi.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Amadodana kaManase: kwaMakiri: ngumndeni wakwaMakiri; uMakiri wazala uGileyadi; kwaGileyadi: ngumndeni wakwaGileyadi.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Abozalo lukaManase: kuMakhiri: ngumndeni wabakwaMakhiri; uMakhiri wazala uGileyadi; kuGileyadi: ngumndeni wabakwaGileyadi.

Uka jalj uñjjattʼäta



UNumeri 26:29
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

U-Israyeli welula isandla sakhe sokunene wasibeka ekhanda lika-Efrayimi engomncane, nesandla sakhe sokhohlo ekhanda likaManase, eqondisa izandla zakhe ngokuhlakanipha; ngoba uManase wayelizibulo.


UJosefa wabona abantwana bakwa-Efrayimi besizukulwane sesithathu; nabantwana bakwaMagiri, indodana kaManase, bakhuliselwa emadolweni kaJosefa.


Emveni koko wayingena uHetseron intombi kaMagire, uyise kaGiliyadi, wayizeka eminyaka imashumi mathandathu ezelwe; wamzalela uSegubi.


Izinhloko zemindeni yabantwana bakwaGileyadi indodana kaMagiri kaManase, owemindeni yamadodana kaJosefa, zasondela, zakhuluma phambi kukaMose naphambi kwezikhulu, izinhloko zawoyise. Abantwana bakwa-Israyeli:


IGileyadi ngalinika iMagiri.


Kwakukhona abaningi abesizwe sakwaManase; ngoba wayelizibulo likaJosefa; okungukuthi, uMagiri, izibulo likaManase, uyise kaGileyadi; ngokuba wayeyindoda yempi, ngalokho waba nelakwaGileyadi neBashani.


Kwa-Efrayimi kwakukhona impande yabo kuma-Amaleki; emva kwakho, Bhenjamini, phakathi kwabantu bakho; kwaMagiri kwaphuma ababusi, nabakwaZebuloni abaphatha usiba lombhali.