UJosefa wazalelwa ezweni laseGibithe oManase no-Efrayimi, amzalela bona u-Asenati indodakazi kaPotifera umpristi wase-Oni.
UNumeri 26:28 - Contemporary Zulu Bible 2024 Amadodana kaJosefa ngemindeni yawo kwakunguManase no-Efrayimi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Amadodana kaJosefa ngemindeni yawo: ngoManase no-Efrayimi. IsiZulu 2020 Amadodana kaJosefa ngemindeni yawo yilawa: uManase no-Efrayimi. |
UJosefa wazalelwa ezweni laseGibithe oManase no-Efrayimi, amzalela bona u-Asenati indodakazi kaPotifera umpristi wase-Oni.
Manje amadodana akho amabili, u-Efrayimi noManase, owazalelwa wona ezweni laseGibithe ngingakafiki kuwe eGibithe, angawami; njengoRubeni noSimeyoni bayakuba ngabami.
Abantwana benxenye yesizwe sakwaManase bahlala ezweni; banda kusukela eBashani kuze kufike eBali Hermoni naseSeniri naseNtabeni iHermoni.
Oonyana bakaManase ngu u-Asiriyeli amzalayo; kepha isancinza sakhe, umAramu, sazala uMagire, uyise kaGileyadi.
Kubantwana bakoManase, ngensendo zabo, ngezizukulwana zabo, ngezindlu zaboyise, ngokwenani lamagama, kusukela koleminyaka engamatshumi amabili langaphezulu, bonke aba nga phuma;
Ngokuphathelene nezinto eziyigugu zomhlaba nokugcwala kwawo nokujabula kohlala ehlathini: isibusiso masibe phezu kwekhanda likaJosefa naphezu kwekhanda lalowo owahlukaniswa nabafowabo.
Ngokuba abantwana bakwaJosefa babe yizizwe ezimbili, uManase no-Efrayimi; ngalokho amaLevi akawanikanga isabelo ezweni, kuphela imizi yokuhlala, namadlelo ayo ezinkomo zawo, nempahla yawo.