UNumeri 26:23 - Contemporary Zulu Bible 2024 Amadodana ka-Isakare ngemindeni yawo: kwaThola: ngumndeni wakwaThola; kwaPhuwa isizwe samaPhuni; IBHAYIBHELI ELINGCWELE Amadodana ka-Isakare ngemindeni yawo: kwaThola: ngumndeni wakwaThola; kwaPhuva ngumndeni wakwaPhuva; IsiZulu 2020 Abozalo luka-Isakhare ngemindeni yabo yilaba: kuThola: ngumndeni wabakwaThola; kuPhuva ngumndeni wabakwaPhuva; |
Kubantwana bakwa-Isakare ngemindeni yabo ngezizukulwane zabo ngezindlu zawoyise ngokwenani lamagama, kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu, bonke abangaphuma;
Abamisa eceleni kwakhe bayakuba yisizwe sakwa-Isakare; uNethaneli indodana kaSuwari uyakuba ngumbusi phezu kwabantwana bakwa-Isakare.