Juda, wena oyakubabonga abafowenu; isandla sakho siyakuba sentanyeni yezitha zakho; abantwana bakayihlo bazakukhothamela.
UNumeri 26:22 - Contemporary Zulu Bible 2024 Yileyo eyimindeni yakwaJuda ngokwababalwayo kubo, izinkulungwane eziyishumi nesithupha namakhulu amahlanu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Yileyo eyimindeni kaJuda ngokwababalwayo kubo, izinkulungwane ezingamashumi ayisikhombisa nesithupha namakhulu ayisihlanu. IsiZulu 2020 Yileyo-ke imindeni kaJuda, ababalwayo babeyizi-76 500. |
Juda, wena oyakubabonga abafowenu; isandla sakho siyakuba sentanyeni yezitha zakho; abantwana bakayihlo bazakukhothamela.
Ngokuba uJuda waba namandla phezu kwabafowabo, kwaphuma kuye umbusi; kodwa ubuzibulo babungobukaJosefa.
Amadodana kaPheresi ayengo; kwaHezironi: ngumndeni wakwaHezironi; kwaHamuli: ngumndeni wakwaHamuli.
Ngokuba kusobala ukuthi iNkosi yethu yavela kwaJuda; isizwe uMose angakhulumanga lutho ngaso ngobupristi.