UNumeri 26:15 - Contemporary Zulu Bible 2024 Oonyana bakaGadi ngemindeni yabo: kwaSefoni: ngumndeni wakwaSefoni; kwaHagi: ngumndeni wakwaHagi; kwaSuni umndeni wamaSunni; IBHAYIBHELI ELINGCWELE Amadodana kaGadi ngemindeni yawo: kwaSefoni: ngumndeni wakwaSefoni; kwaHagi: ngumndeni wakwaHagi; kwaShuni: ngumndeni wakwaShuni; IsiZulu 2020 Abozalo lukaGadi ngemindeni yabo yilaba: kuZefoni: ngumndeni wabakwaZefoni; kuHagi: ngumndeni wabakwaHagi; kuShuni: ngumndeni wabakwaShuni; |
Abantwana bakwaGadi bahlala maqondana nabo ezweni laseBashani kwaze kwaba seSaliga.
Kubantwana bakwaGadi ngemindeni yabo ngezizukulwane zabo nangezindlu zawoyise ngokwenani lamagama, kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu, bonke abangaphuma;
Isizwe sakwaGadi; u-Eliyasafa indodana kaRehuweli uyakuba ngumbusi phezu kwabantwana bakwaGadi.
Yileyo eyimindeni yabakwaSimeyoni, izinkulungwane ezingamashumi amabili nambili namakhulu amabili.