Igama lomIsrayeli owabulawa, naye owabulawa kanye nowesifazane wakwaMidiyani, lalinguZimri indodana kaSalu, isikhulu sendlu kayise kwabakwaSimeyoni.
UNumeri 26:14 - Contemporary Zulu Bible 2024 Yileyo eyimindeni yabakwaSimeyoni, izinkulungwane ezingamashumi amabili nambili namakhulu amabili. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Yileyo eyimindeni yabakwaSimeyoni, izinkulungwane ezingamashumi amabili nambili namakhulu amabili. IsiZulu 2020 Yileyo-ke imindeni kaSimeyoni, ababalwayo babeyizi-22 200. |
Igama lomIsrayeli owabulawa, naye owabulawa kanye nowesifazane wakwaMidiyani, lalinguZimri indodana kaSalu, isikhulu sendlu kayise kwabakwaSimeyoni.
Oonyana bakaGadi ngemindeni yabo: kwaSefoni: ngumndeni wakwaSefoni; kwaHagi: ngumndeni wakwaHagi; kwaSuni umndeni wamaSunni;
esizweni sakwaSimeyoni abayizinkulungwane eziyishumi nambili, esizweni sakwaLevi abayizinkulungwane eziyishumi nambili, esizweni sakwa-Isakare abayizinkulungwane eziyishumi nambili,