Amadodana kaSimeyoni ngu oJemuweli, noJamini, no-Ohadi, noJagini, noSohari, noSawule, indodana yowesifazane waseKhanani.
UNumeri 26:13 - Contemporary Zulu Bible 2024 kwaSeraki: ngumndeni wakwaSeraki; kuSawule umndeni wakwaSawule. IBHAYIBHELI ELINGCWELE kwaZera: ngumndeni wakwaZera; kwaShawule: ngumndeni wakwaShawule. IsiZulu 2020 kuZera: ngumndeni wabakwaZera; kuShawule: ngumndeni wabakwaShawule. |
Amadodana kaSimeyoni ngu oJemuweli, noJamini, no-Ohadi, noJagini, noSohari, noSawule, indodana yowesifazane waseKhanani.
Owesishiyagalombili ngenyanga yesishiyagalombili kwakunguSibhegayi umHusha wamaSarigi; esigabeni sakhe kwakukhona izinkulungwane ezingamashumi amabili nane.
Oweshumi ngenyanga yeshumi kwakunguMaharayi umNethofati wamaSarigi; esigabeni sakhe kwakukhona izinkulungwane ezingamashumi amabili nane.
Amadodana kaSimeyoni ngemindeni yawo: kwaNemuweli: ngumndeni wakwaNemuweli; kwaJamini: ngumndeni wakwaJamini; kwaJagini: ngumndeni wakwaJagi;
Yileyo eyimindeni yabakwaSimeyoni, izinkulungwane ezingamashumi amabili nambili namakhulu amabili.
Wasondeza isizwe sakwaJuda; wathatha umndeni wamaSarigi; futhi waletha isizukulwane samaSarigi umuntu ngomuntu; noSabdi wathathwa.