UJehova wayesethuma isifo phezu kuka-Israyeli kusukela ekuseni kwaze kwaba yisikhathi esimisiweyo;
UNumeri 25:9 - Contemporary Zulu Bible 2024 Abafayo ngesifo babeyizinkulungwane ezingamashumi amabili nane. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Abafayo ngaleso sifo babe yizinkulungwane ezingamashumi amabili nane. IsiZulu 2020 Kepha lwase lwedlule nabantu abayizi-24 000. |
UJehova wayesethuma isifo phezu kuka-Israyeli kusukela ekuseni kwaze kwaba yisikhathi esimisiweyo;
Kwathi emva kwenhlupheko uJehova wakhuluma kuMozisi lakuEleyazare indodana kaAroni umpristi, wathi:
Bheka, kwenza abantwana bakwa-Israyeli baphambuka kuJehova endabeni yasePeyori ngesiluleko sikaBileyamu, kwaba khona isifo phakathi kwebandla leNkosi.
Futhi masingaphingi, njengabanye kubo benza ubufebe, bafa ngalusuku lunye izinkulungwane ezingamashumi amabili nantathu.