Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UNumeri 23:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

Wabuyela kuye, bheka, wayemi ngasemnikelweni wakhe wokushiswa, yena nazo zonke izikhulu zakwaMowabi.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Wayesebuyela kuye; bheka, wayemi ngasemnikelweni wokushiswa, yena nazo zonke izikhulu zakwaMowabi.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Waphindela kuBhalaki, wamfica emile eceleni komnikelo wakhe wokushiswa, yena nazo zonke izikhulu zakwaMowabi.

Uka jalj uñjjattʼäta



UNumeri 23:6
3 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

INkosi yasifaka ilizwi emlonyeni kaBalami, yathi: Buyela kuBalaki, ukhulume kanje.


Wayesethatha isisho sakhe, wathi: “UBalaki, inkosi yakwaMowabi, wangikhipha e-Aramu ezintabeni zasempumalanga, wathi: “Woza, ungiqalekisele uJakobe, uze, uklolodele u-Israyeli.”


Lawa angamadodana kaLevi ngamagama awo; uGereshoni noKohati noMerari.