Umuntu ohlakaniphileyo uyesaba, abaleke ebubini, kepha isiwula siyafutheka, sinesibindi.
UNumeri 22:27 - Contemporary Zulu Bible 2024 Imbongolo yabona ingelosi yeNkosi yawela phansi phansi kukaBileyamu; ulaka lukaBileyamu lwavutha, wayishaya imbongolo ngodondolo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Imbongolo yayibona ingelosi kaJehova, yalala phansi kukaBileyamu; intukuthelo kaBileyamu yavutha, wayishaya imbongolo ngenduku yakhe. IsiZulu 2020 Lapho imbongolo iyibona ingelosi kaSimakade, yalala phansi kwacindezeleka uBhileyamu egibele kuyo, wathukuthela kakhulu, wayibhonya ngenduku yakhe imbongolo. |
Umuntu ohlakaniphileyo uyesaba, abaleke ebubini, kepha isiwula siyafutheka, sinesibindi.
Ingelosi kaJehova yahamba yema endaweni ewumngcingo, lapho kwakungekho ndlela yokuphendukela ngakwesokunene noma ngakwesokhohlo.
Ngakho-ke, bazalwane bami abathandekayo, wonke umuntu makasheshe ukuzwa, ephuze ukukhuluma, ephuze ukuthukuthela;