Nkosi, uma isandla sakho siphakeme, abayikukubona; yebo, umlilo wezitha zakho uyakuziqeda.
UNumeri 22:26 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ingelosi kaJehova yahamba yema endaweni ewumngcingo, lapho kwakungekho ndlela yokuphendukela ngakwesokunene noma ngakwesokhohlo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ingelosi kaJehova yaqhubeka yema endaweni eminyeneyo, lapho kwakungekho khona indlela yokujika ngakwesokunene noma ngakwesokhohlo. IsiZulu 2020 Ingelosi kaSimakade yaqhubekela phambili yema endaweni eminyeneyo, okungekho ndlela yokuphendukela kwesokudla noma kwesokunxele. |
Nkosi, uma isandla sakho siphakeme, abayikukubona; yebo, umlilo wezitha zakho uyakuziqeda.
Ngalokho bheka, ngiyakusibekela indlela yakho ngameva, ngenze ugange, ukuze angazitholi izindlela zakhe.
Imbongolo yabona ingelosi kaJehova, yazicindezela odongeni nonyawo lukaBileyamu odongeni, wamshaya futhi.
Imbongolo yabona ingelosi yeNkosi yawela phansi phansi kukaBileyamu; ulaka lukaBileyamu lwavutha, wayishaya imbongolo ngodondolo.