Bheka, kuphume abantu eGibithe, bembese ubuso bomhlaba; woza, ungiqalekisele bona; mhlawumbe ngizokwazi ukubanqoba ngibaxoshe.
UNumeri 22:10 - Contemporary Zulu Bible 2024 UBileyamu wayesethi kuNkulunkulu: “UBalaki indodana kaSipori, inkosi yakwaMowabi, wathumela kimi ukuba athi: IBHAYIBHELI ELINGCWELE UBileyamu wathi kuNkulunkulu: “UBalaki indodana kaSipori, inkosi yakwaMowabi, uthumile kimi wathi: IsiZulu 2020 UBhileyamu wathi kuNkulunkulu: “Inkosi uBhalaki, indodana kaZiphori wakwaMowabi, ungithumelele lo myalezo, wathi: |
Bheka, kuphume abantu eGibithe, bembese ubuso bomhlaba; woza, ungiqalekisele bona; mhlawumbe ngizokwazi ukubanqoba ngibaxoshe.
Babulala amakhosi akwaMidiyani, ngaphandle kwabaseleyo kwababuleweyo; okungukuthi u-Ewi, noRekemi, noSuri, noHure, noReba, amakhosi ayisihlanu akwaMidiyani; UBileyamu indodana kaBeyori naye wababulala ngenkemba.