Kwathi lapho simbiza uJehova, walizwa izwi lethu, wathuma ingelosi, yasikhipha eGibithe; bheka, siseKadeshi, umuzi osekugcineni komkhawulo wakho.
UNumeri 21:22 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngivumele ngidabule izwe lakho; asiyikuphuza amanzi omthombo, kepha siyakuhamba ngendlela yenkosi, size sidlule umkhawulo wakho. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Ake sidabule izwe lakho; asiyikuchezukela emasimini noma ezivinini, singaphuzi amanzi emithombo; siyakuhamba ngomgwaqo wenkosi, size sidlule umkhawulo wakho.” IsiZulu 2020 “Ake usivumele sidabule ezweni lakho; asiyukuchezukela emasimini noma ezivinini, futhi asiyukuphuza manzi emithonjeni yakho. Siyakuhamba ngomgwaqo wenkosi, size siphume emngceleni wezwe lakho.” |
Kwathi lapho simbiza uJehova, walizwa izwi lethu, wathuma ingelosi, yasikhipha eGibithe; bheka, siseKadeshi, umuzi osekugcineni komkhawulo wakho.
Masidabule ezweni lakho, asiyikudabula amasimu noma izivini, singaphuzi amanzi emithombo; siyakuhamba endleleni ephakeme yenkosi, asiyikuphambukela ngakwesokunene noma ngakwesokhohlo, size sidlule imingcele yakho.