ababalwayo kubo besizwe sakwaIsakare, baba ngamashumi amahlanu anamane amawaka, anamakhulu mane.
UNumeri 2:6 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ibandla lakhe nalabo ababalwayo kubo babe yizinkulungwane ezingamashumi ayisihlanu nane namakhulu amane. IBHAYIBHELI ELINGCWELE ibandla lakhe nalabo ababalwayo kulo babe yizinkulungwane ezingamashumi ayisihlanu nane namakhulu amane. IsiZulu 2020 ibandla lakhe nalabo ababalwayo kulo babeyizi-54 400. |
ababalwayo kubo besizwe sakwaIsakare, baba ngamashumi amahlanu anamane amawaka, anamakhulu mane.
Abamisa eceleni kwakhe bayakuba yisizwe sakwa-Isakare; uNethaneli indodana kaSuwari uyakuba ngumbusi phezu kwabantwana bakwa-Isakare.
Isizwe sakwaZebuloni, no-Eliyabe, indodana kaHeloni, siyakuba ngumbusi phezu kwabantwana bakwaZebuloni.
Lezi ziyizizukulwane zikaIsakare ngokwababalwayo kubo: amashumi amathandathu anamane amawaka, anamakhulu mathathu.