Nesizwe sakwaNafetali; u-Ahira indodana ka-Enani uyakuba ngumbusi phezu kwabantwana bakwaNafetali.
UNumeri 2:30 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ibandla lakhe nalabo ababalwayo kubo babe yizinkulungwane ezingamashumi ayisihlanu nantathu namakhulu amane. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ibandla lakhe nalabo ababalwayo kubo babe yizinkulungwane ezingamashumi ayisihlanu nantathu namakhulu amane. IsiZulu 2020 Ibutho lakhe nalabo ababalwayo kubo babeyizi-53 400. |
Nesizwe sakwaNafetali; u-Ahira indodana ka-Enani uyakuba ngumbusi phezu kwabantwana bakwaNafetali.
Bonke ke ababalelwa eminqubeni yakwaDan likhulu lamawaka, anamanci mahlanu anesixhenxe amawaka, anamakhulu mathandathu. Bazobuyela emuva nezindinganiso zabo.
Yileyo eyimindeni yakwaNafetali ngokwemizalwane yabo; ababalwayo kubo baba ngamashumi amane anamahlanu amawaka, anamakhulu mane.