ababalwayo kubo besizwe sakwaDan, baba ngamashumi omathandathu anamabini amawaka, anamakhulu asixhenxe.
UNumeri 2:26 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ibandla lakhe nalabo ababalwayo kubo babe yizinkulungwane ezingamashumi ayisithupha nambili namakhulu ayisikhombisa. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ibandla lakhe nalabo ababalwayo kubo babe yizinkulungwane ezingamashumi ayisithupha nambili namakhulu ayisikhombisa. IsiZulu 2020 Ibandla lakhe nalabo ababalwayo kubo babeyizi-62 700. |
ababalwayo kubo besizwe sakwaDan, baba ngamashumi omathandathu anamabini amawaka, anamakhulu asixhenxe.
Ibhanela lekamu lakwaDani liyakuba ngasenyakatho ngamabandla abo; u-Ahiyezeri indodana ka-Amisadayi uyakuba ngumbusi phezu kwabantwana bakwaDani.
Abamisa kanye naye bayakuba yisizwe sakwa-Asheri; uPagiyeli indodana ka-Okirani uyakuba ngumbusi phezu kwabantwana bakwa-Asheri.
Yonke imindeni yamaShuhamu ngokwababalwayo kubo yayiyizinkulungwane ezingamashumi ayisithupha nane namakhulu amane.