ababalwayo kubo besizwe sakwaBenjamini, baba ngamashumi amathathu anamahlanu amawaka, anamakhulu mane.
UNumeri 2:23 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ibandla lakhe nalabo ababalwayo kubo babe yizinkulungwane ezingamashumi amathathu nanhlanu namakhulu amane. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ibandla lakhe nalabo ababalwayo kubo babe yizinkulungwane ezingamashumi amathathu nanhlanu namakhulu amane. IsiZulu 2020 Ibandla lakhe nalabo ababalwayo kubo babeyizi-35 400. |
ababalwayo kubo besizwe sakwaBenjamini, baba ngamashumi amathathu anamahlanu amawaka, anamakhulu mane.
Kuze kulandele isizwe sakwaBenjamini; u-Abidani indodana kaGideyoni uyakuba ngumbusi phezu kwabantwana bakwaBenjamini.
Bonke ke ababalelwa eminqubeni yakwaEfrayim likhulu lamawaka, anesibhozo samawaka anekhulu, ngokwemikhosi yabo. Futhi bazokhuphukela erenki yesithathu.
Ngabo abo oonyana bakaBhenjamin ngokwemizalwane yabo, ababalwayo kubo ngamashumi omane anamahlanu amawaka, anamakhulu mathandathu.
Abantwana bakwaBenjamini babalwa ngaleso sikhathi bephuma emizini, bephuma emizini, baba ngamadoda ayizinkulungwane ezingamashumi amabili nesithupha ahloma inkemba, ngaphandle kwabemi baseGibeya, ababalwayo baba ngamadoda akhethiweyo angamakhulu ayisikhombisa.