ababalwayo kubo besizwe sakwaManase, baba ngamashumi amathathu anamabini amawaka, anamakhulu mabini.
UNumeri 2:21 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ibandla lakhe nalabo ababalwayo kubo babe yizinkulungwane ezingamashumi amathathu nambili namakhulu amabili. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ibandla lakhe nalabo ababalwayo kubo babe yizinkulungwane ezingamashumi amathathu nambili namakhulu amabili. IsiZulu 2020 Ibandla lakhe nalabo ababalwayo kubo babeyizi-32 200. |
ababalwayo kubo besizwe sakwaManase, baba ngamashumi amathathu anamabini amawaka, anamakhulu mabini.
Kuyakuba naye isizwe sakwaManase; uGamaliyeli indodana kaPedasuri uyakuba ngumbusi phezu kwabantwana bakwaManase.
Kuze kulandele isizwe sakwaBenjamini; u-Abidani indodana kaGideyoni uyakuba ngumbusi phezu kwabantwana bakwaBenjamini.
Lezi ziyizizukulwane zikaManase, ngokwababalwayo kubo, izinkulungwane ezingamashumi ayisihlanu nambili namakhulu ayisikhombisa.