ababalwayo kubo besizwe sakwaSimeyoni, baba ngamashumi amahlanu anesithoba amawaka, anamakhulu mathathu.
UNumeri 2:13 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ibandla lakhe nalabo ababalwayo kubo babe yizinkulungwane ezingamashumi ayisihlanu nesishiyagalolunye namakhulu amathathu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ibandla lakhe nalabo ababalwayo kubo babe yizinkulungwane ezingamashumi ayisihlanu nesishiyagalolunye namakhulu amathathu. IsiZulu 2020 Ibandla lakhe nalabo ababalwayo kubo babeyizi-59 300. |
ababalwayo kubo besizwe sakwaSimeyoni, baba ngamashumi amahlanu anesithoba amawaka, anamakhulu mathathu.
Abamisa eceleni kwakhe bayakuba yisizwe sakwaSimeyoni; futhi uSelumiyeli indodana kaSurisadayi uyakuba ngumbusi phezu kwabantwana bakwaSimeyoni.
Isizwe sakwaGadi; u-Eliyasafa indodana kaRehuweli uyakuba ngumbusi phezu kwabantwana bakwaGadi.
Yileyo eyimindeni yabakwaSimeyoni, izinkulungwane ezingamashumi amabili nambili namakhulu amabili.