Sukani, sukani, lisuke lapho, lingathinti okungcolileyo; phuma kuye; Hlambuluka nina eniphatha izitsha zikaJehova.
UNumeri 19:16 - Contemporary Zulu Bible 2024 Noma yimuphi othinta endle obulewe ngenkemba, noma ofileyo noma ithambo lomuntu noma ithuna, uyakuba ngongcolile izinsuku eziyisikhombisa. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “ ‘Yilowo nalowo othinta endle obulewe ngenkemba, noma isidumbu, noma ithambo lomuntu, noma ithuna, uyakuba ngongcolile izinsuku eziyisikhombisa. IsiZulu 2020 “ ‘Yilowo nalowo othinta obulewe ngenkemba endle, noma ozifele nje, noma ithambo lomuntu, noma ithuna, uyakuba ngongcolileyo izinsuku eziyisikhombisa. |
Sukani, sukani, lisuke lapho, lingathinti okungcolileyo; phuma kuye; Hlambuluka nina eniphatha izitsha zikaJehova.
INkosi yasisithi kuMozisi: Khuluma kubapristi, amadodana kaAroni, uthi kibo: Kakungabi lamuntu phakathi kwabantu bakibo ozangcoliswa ngabafileyo.
Njalo lizahlala ngaphandle kwenkamba insuku eziyisikhombisa: wonke owabulala umuntu laye wonke othinte ohlutshiweyo, lizazihlambulula ngosuku lwesithathu langosuku lwesikhombisa, lina lezibotshwa zenu.
Yala abantwana bakwa-Israyeli ukuba bakhiphe ekamu bonke abantu abanochoko, nabo bonke abacucuzayo, nabo bonke abangcoliswe ngabafileyo.
Kwakukhona amadoda athile ayengcoliswe isidumbu somuntu, kangangokuthi ayengenakwenza iphasika ngalolo suku; bahamba phambi kukaMose no-Aroni ngalolo suku.
Maye kinina babhali nabaFarisi, bazenzisi! ngokuba nifana namathuna acakiwe, abonakala emahle ngaphandle, kepha ngaphakathi agcwele amathambo abafileyo nokungcola konke.
Maye kinina babhali nabaFarisi, bazenzisi! ngokuba ninjengamathuna angabonakali, nabantu abahamba phezu kwawo bengawazi.