Kumelwe uyicolise kakhulu, uyibeke phambi kobuFakazi etendeni lokuhlangana, lapho engiyakuhlangana khona nawe; kufanele kube ngcwele kini.
UNumeri 17:4 - Contemporary Zulu Bible 2024 Wozibeka phansi etendeni lokuhlangana phambi kobufakazi, lapho engiyakuhlangana khona nawe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Uyakuzibekela etendeni lokuhlangana ngaphambi kobufakazi, lapho ngihlangana khona nawe. IsiZulu 2020 Uyozibeka ethendeni lokuhlangana ngaphambi kobufakazi, lapho ngihlangana nawe khona. |
Kumelwe uyicolise kakhulu, uyibeke phambi kobuFakazi etendeni lokuhlangana, lapho engiyakuhlangana khona nawe; kufanele kube ngcwele kini.
Kumelwe usibeke phansi phambi kwesihenqo esiseduze komphongolo wobufakazi, phambi kwesihlalo somusa esiphezu kobufakazi, lapho ngiyohlangana khona nawe.
UJehova wathi kuMose: “Buyisela intonga ka-Aroni phambi kobufakazi, igcinwe ibe luphawu kwabahlubukayo; futhi uyosusa ukububula kwabo kimi, ukuze bangafi.
Kumelwe ulobe igama lika-Aroni entongeni kaLevi, ngoba udondolo kumelwe lube lwenhloko yendlu yoyise.