UJehova wayesethuma isifo kwa-Israyeli, kwawa abantu bakwa-Israyeli abayizinkulungwane ezingamashumi ayisikhombisa.
UNumeri 16:49 - Contemporary Zulu Bible 2024 Abafa ngesifo babe yizinkulungwane eziyishumi nane namakhulu ayisikhombisa, ngaphandle kwabafa endabeni kaKora. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Abafile ngesifo babe yizinkulungwane eziyishumi nane namakhulu ayisikhombisa ngaphandle kwalabo abafa ngendaba kaKora. IsiZulu 2020 Ababebulewe ubhubhane babeyizi-14 700, ngaphandle kwalabo abafa ngenxa kaKhora. |
UJehova wayesethuma isifo kwa-Israyeli, kwawa abantu bakwa-Israyeli abayizinkulungwane ezingamashumi ayisikhombisa.
Qaphelani ukuthi ningamali okhulumayo. Ngokuba uma bengaphunyukanga abamala lowo owakhuluma emhlabeni, kakhulu kangakanani thina, uma simfulathela okhuluma esezulwini;