Nokho, akukho ngcebo umuntu ayahlukanisela uJehova kukho konke anakho, okomuntu, nesilwane, noma insimu yefa lakhe, akunakuthengiswa ngayo, ihlengwe;
UNumeri 16:37 - Contemporary Zulu Bible 2024 Yisho ku-Eleyazare, indodana ka-Aroni, umpristi, ukuba athabathe imicengezi yomlilo emlilweni, awuhlakaze khona umlilo; ngoba bangcwelisiwe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Yisho ku-Eleyazare indodana ka-Aroni umpristi ukuba akhiphe imicengezi yomlilo ekusheni, wena uwuhlakaze umlilo laphaya, ngokuba ingcwele, IsiZulu 2020 “Yisho ku-Eleyazare, indodana ka-Aroni umphristi, ukuba akhiphe izitsha zempepho emlilweni, awuhlakaze, ngokuba ungcwele. |
Nokho, akukho ngcebo umuntu ayahlukanisela uJehova kukho konke anakho, okomuntu, nesilwane, noma insimu yefa lakhe, akunakuthengiswa ngayo, ihlengwe;
Bathatha, kwaba yilowo nalowo umcengezi wakhe, bafaka umlilo kuwo, babeka impepho phezu kwayo, bema noMose no-Aroni emnyango wetende lokuhlangana.
Izicengezi zomlilo zalezi zoni mazizenzele izingcwecwe eziyisibekela i-altare; ngokuba banikela ngayo phambi kweNkosi, ngakho-ke bangcwelisiwe; kuyakuba yisibonakaliso kubantwana bakwa-Israyeli.
Uthele umlilo kulo, uthele impepho kuyo phambi kukaJehova, futhi umuntu uJehova amkhethayo uyakuba ngcwele; nithatha kakhulu, madodana kaLevi.