UNumeri 15:41 - Contemporary Zulu Bible 2024 NginguJehova uNkulunkulu wenu owanikhipha ezweni laseGibhithe ukuze ngibe nguNkulunkulu wenu; nginguJehova uNkulunkulu wenu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE NginguJehova uNkulunkulu wenu owanikhipha ezweni laseGibithe, ngibe nguNkulunkulu wenu; nginguJehova uNkulunkulu wenu.” IsiZulu 2020 NginguSimakade uNkulunkulu wenu owanikhipha eGibhithe, ukuze ngibe nguNkulunkulu wenu; nginguSimakade uNkulunkulu wenu.” |
Ngiyakunithatha nibe yisizwe sami, mina ngibe nguNkulunkulu wenu; niyakwazi ukuthi nginguJehova uNkulunkulu wenu onikhipha phansi kwemithwalo yabaseGibithe.
NginguJehova uNkulunkulu wenu owanikhipha ezweni laseGibhithe ukuze ngininike izwe laseKhanani futhi ngibe nguNkulunkulu wenu.
Ukuze nikhumbule futhi niyenze yonke imiyalo yami futhi nibe ngcwele kuNkulunkulu wenu.
UKora, indodana kaJisihari, indodana kaKohati, indodana kaLevi, noDathani no-Abiramu, amadodana ka-Eliyabe, no-Oni, indodana kaPheleti, amadodana kaRubeni, bathatha amadoda.
Kepha manje bafuna izwe elingcono, okungukuthi elasezulwini; ngalokho uNkulunkulu akanamahloni ukubizwa ngokuthi unguNkulunkulu wabo, ngokuba ubalungisele umuzi.