Lapho umukhwe kaMose ebona konke akwenzela abantu, wathi: “Iyini le nto oyenza kubantu? Uhlalelani wedwa, nabantu bonke bema kuwe kusukela ekuseni kuze kuhlwe?
UNumeri 15:34 - Contemporary Zulu Bible 2024 Basebemfaka esitokisini, ngoba bekungakamemezelwa okuzakwenziwa ngaye. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Bambeka ukuba alindwe, ngokuba kwakungakanqunywa ukuthi kuyakwenziwani kuye. IsiZulu 2020 Bamshiya evalelwe ngoba kwakungakanqunywa ukuthi kuzokwenziwani ngaye. |
Lapho umukhwe kaMose ebona konke akwenzela abantu, wathi: “Iyini le nto oyenza kubantu? Uhlalelani wedwa, nabantu bonke bema kuwe kusukela ekuseni kuze kuhlwe?