UNumeri 11:32 - Contemporary Zulu Bible 2024 Abantu bavuka ngalolo suku lonke nobusuku bonke, nalo lonke usuku olulandelayo, babutha izigwaca; owabutha okuncane wabutha amahomere ayishumi, bawabela ngasekamu nxazonke. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Abantu bavuka lonke lolo suku, nobusuku bonke, nalo lonke usuku olulandelayo, babutha izigwaca; owabutha okuncane wabutha amahomere* ayishumi; bazenekela ngasekamu* nxazonke. IsiZulu 2020 Abantu bavuka basebenza lonke lolo lusuku, nobusuku bonke, nangosuku olulandelayo, bebutha izigwaca. Okuncane abantu abakubuthayo kwakungamahomere alishumi; bazenekela zona zazungeza inkambu. |
I-efa nebhati kuyakuba yisilinganiso sinye, ukuze ibhavu lithwale okweshumi kwehomere, ne-efa okweshumi kwehomere; umlingani wakhe kufanele alandele ihomere.
Inyama isaphakathi kwamazinyo abo, ingakahlafunwa, intukuthelo kaJehova yavuthela abantu, uJehova wabashaya abantu ngokushaywa okukhulu kakhulu.