Vuthelani icilongo eSiyoni, nihlabe umkhosi entabeni yami engcwele; mabathuthumele bonke abakhileyo ezweni, ngokuba usuku lukaJehova luyeza, ngokuba luseduze;
UNumeri 10:7 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kodwa lapho inhlangano ibuthana, kumelwe nibethe, kodwa akumelwe nihlabe umkhosi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha lapho liyakubuthwa ibandla, niyakubetha, ningahlabi umkhosi kodwa. IsiZulu 2020 Lapho ubiza ibandla niyobetha amacilongo, kodwa ningawuhlabi umkhosi. |
Vuthelani icilongo eSiyoni, nihlabe umkhosi entabeni yami engcwele; mabathuthumele bonke abakhileyo ezweni, ngokuba usuku lukaJehova luyeza, ngokuba luseduze;
Amadodana ka-Aroni, abapristi, kumelwe abethe amacilongo; kuyakuba yisimiso kini kuze kube phakade ezizukulwaneni zenu.