Lakhuphuka ibhanela lekamu likaRubeni ngamabandla abo; phezu kwebandla lakhe kwakungu-Elisuri indodana kaSeduri;
UNumeri 10:6 - Contemporary Zulu Bible 2024 Uma uhlaba umkhosi ngokwesibili, amakamu asohlangothini lwaseningizimu ayakusuka; kumele bakhalele bona phela. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Nanxa nihlaba umkhosi ngokwesibili, amakamu* asohlangothini lwaseningizimu ayakusuka; bayakuhlaba umkhosi ekusukeni kwabo. IsiZulu 2020 Uma senihlaba umkhosi okwesibili izinkambu ezingaseningizimu ziyosuka, ziyohlaba umkhosi ekusukeni kwazo. |
Lakhuphuka ibhanela lekamu likaRubeni ngamabandla abo; phezu kwebandla lakhe kwakungu-Elisuri indodana kaSeduri;
Kodwa lapho inhlangano ibuthana, kumelwe nibethe, kodwa akumelwe nihlabe umkhosi.