Memeza kakhulu, ungahawukeli, phakamisa izwi lakho njengecilongo, umemezele abantu bami isiphambeko sabo, nendlu kaJakobe izono zayo.
UNumeri 10:5 - Contemporary Zulu Bible 2024 Lapho uhlaba umkhosi, amabhodi asohlangothini lwasempumalanga kumelwe aye phambili. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Nxa nihlaba umkhosi, amakamu* asohlangothini lwasempumalanga ayakusuka. IsiZulu 2020 Uma nihlaba umkhosi, izinkambu ezingasempumalanga ziyosuka zihambe. |
Memeza kakhulu, ungahawukeli, phakamisa izwi lakho njengecilongo, umemezele abantu bami isiphambeko sabo, nendlu kaJakobe izono zayo.
Vuthelani icilongo eSiyoni, nihlabe umkhosi entabeni yami engcwele; mabathuthumele bonke abakhileyo ezweni, ngokuba usuku lukaJehova luyeza, ngokuba luseduze;
Kuqala kwasuka ibhanela lekamu labantwana bakwaJuda ngamabandla abo; phezu kwebutho lakhe kwakunguNashoni indodana ka-Aminadaba.