Kodwa umfokazi ohlala kini uzakuba kini njengowokuzalwa phakathi kwenu, njalo umthande njengalokhu uzithanda wena; ngoba naningabafokazi ezweni laseGibithe. NginguJehova uNkulunkulu wenu.
UNumeri 10:32 - Contemporary Zulu Bible 2024 Futhi uma uhamba nathi, yebo, kuyakuba, noma yikuphi okuhle iNkosi eyokwenza kithi, sizokwenzela nani. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kuyakuthi uma uhamba nathi, yebo, kwenzeke ukuthi, noma yikuphi okuhle uJehova asenzela khona, khona lokho uyakukwenzela nawe.” IsiZulu 2020 Kuyothi uma uhamba nathi, kwenzeka uSimakade asenzele noma yikuphi okuhle, nathi siyokwenzela okuhle.” |
Kodwa umfokazi ohlala kini uzakuba kini njengowokuzalwa phakathi kwenu, njalo umthande njengalokhu uzithanda wena; ngoba naningabafokazi ezweni laseGibithe. NginguJehova uNkulunkulu wenu.
Uyahlulela intandane nomfelokazi, uthanda umfokazi ngokumnika ukudla nezingubo.
Lokho esikubonileyo nesikuzwileyo siyakumemezela kini, ukuze nani nibe nenhlanganyelo nathi;
Abantwana bamaKheni, umukhwe kaMose, bakhuphuka kanye nabantwana bakwaJuda besuka emzini wesundu baya ehlane lakwaJuda elingaseningizimu kwase-Aradi; bahamba bahlala phakathi kwabantu.
UHebhere, umKheni, owayevela kubantwana bakwaHobabi, umukhwe kaMose, wazahlukanisa namaKheni, wamisa itende lakhe kwaze kwaba se-okini laseSanayimi eKedeshi.
UJonathani wasesithi kuyo ijaha eligqoka izikhali zakhe: Woza, sichaphele endaweni yabalindi yalaba abangasokile; nge min.