UNumeri 10:26 - Contemporary Zulu Bible 2024 Phezu kwebandla lesizwe sabantwana bakwa-Asheri kwakunguPagiyeli indodana ka-Okirani. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Phezu kwebandla lesizwe sabantwana bakwa-Asheri kwakunguPagiyeli indodana ka-Okirani. IsiZulu 2020 Ibandla lesizwana sabozalo luka-Asheri laliholwa nguPhagiyeli, indodana ka-Okhirani. |
Lase likhuphuka ibhanela lekamu labantwana bakwaDani, elingumvuzo wamakamu onke ngamaviyo awo; phezu kwebutho lakhe kwakungu-Ahiyezeri indodana ka-Amisadayi.
Phezu kwebandla lesizwe sabantwana bakwaNafetali kwakungu-Ahira indodana ka-Enani.
Ngosuku lweshumi nanye uPagiyeli indodana ka-Okirani, isikhulu sabantwana bakwa-Asheri, wanikela.