Kubantwana bakwaJosefa: kwa-Efrayimi; u-Elishama indodana ka-Amihudi wakwaManase; uGamaliyeli indodana kaPedasuri.
UNumeri 10:23 - Contemporary Zulu Bible 2024 Phezu kwebandla lesizwe sabantwana bakwaManase kwakunguGamaliyeli indodana kaPedasuri. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Phezu kwebandla lesizwe sabantwana bakwaManase kwakunguGamaliyeli indodana kaPedasuri. IsiZulu 2020 Owayehola isizwana sabantu sabozalo lukaManase kwakunguGamaliyeli, indodana kaPhedazuri. |
Kubantwana bakwaJosefa: kwa-Efrayimi; u-Elishama indodana ka-Amihudi wakwaManase; uGamaliyeli indodana kaPedasuri.
Lase likhuphuka ibhanela lekamu labantwana bakwa-Efrayimi ngamabandla abo; phezu kwebandla lakhe kwakungu-Elisama indodana ka-Amihudi.
Phezu kwebandla lesizwe sabantwana bakwaBenjamini kwakungu-Abhidani indodana kaGideyoni.
Ngosuku lwesishiyagalombili uGamaliyeli indodana kaPedasuri, isikhulu sabantwana bakwaManase, wanikela.